Genesis 49:31 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
lapho bembela o-Abrahama noSara umkakhe; lapho bembela o-Isaka noRebeka umkakhe; lapho ngembela uLeya;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kulapho u-Abhrahama noSara umkakhe bangcwatshwa khona, kulapho futhi no-Isaka nomkakhe uRibheka bengcwatshwe khona, nami ngamngcwaba lapho uLeya.