Hebrews 1:5 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba yiyiphi yezingelosi ake asho kuyo ukuthi: “UyiNdodana yami wena, namuhla ngikuzele,” na? nokuthi: “Ngiyakuba nguYise kuyona, yona ibe yiNdodana kimina,” na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba yiyiphi phakathi kwezingelosi ake athi kuyo: “Wena uyiNdodana yami, namuhla ngikuzele,” na? nokuthi: “Ngiyakuba nguYise kuyona, Yona ibe yiNdodana kimina,” na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngoba yiyiphi yezingilosi ake atsho kuyo ukuthi: Wena uyiNdodana yami, lamuhla mina ngikuzele? Futhi futhi: Mina ngiyoba uYise kuyo, futhi uyoba yiNdodana kimi?