Hebrews 13:19 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngiyaniyala kakhulu ukuba nenze lokho, ukuze ngibuyiselwe kini masinyane.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngiyanincenga kakhulu ukuba nenze lokho, ukuze ngibuyiselwe kinina masinyane.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa ngiyalincenga kakhulu ukuthi lenze lokhu, ukuze ngibuyiselwe kini masinyane.