Hebrews 7:13 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha lowo okushiwo lokho ngaye ungowesinye isizwe okungabanga bikho kuso umuntu owake wakhonza e-altare.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngoba lowo okushiwo ngaye lokho, ungowesinye isizwe okungakaze kube khona muntu kuso owake wakhonza e-althare.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba lowo okukhulunywa ngaye lokho ungowesinye isizwe, okungekho muntu kuso owake wakhonza e-altare.