Isaiah 17:9 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngalolo suku imizi yabo enamandla iyakuba njengezindawo ezishiyiweyo zasehlathini nezaseziqongweni zezintaba abazishiya phambi kwabantwana bakwa-Israyeli zibe yincithakalo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngalolo lusuku imizi ebiyelweyo iyofana namanxiwa asehlathini naseziqongweni zezintaba, eyashiwa ngabantu bakwa-Israyeli, yaba yincithakalo.