Isaiah 22:13 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kepha bheka, nakhu ukujabula, nokuthokoza, nokubulala izinkabi, nokuhlaba izimvu, ukudla inyama nokuphuza iwayini, ngokuthi: “Masidle, siphuze, ngokuba ngomuso sizakufa.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
kodwa kunalokho kwakunenjabulo nedili, kuhlatshwa izinkabi nezimvu, kudliwa inyama, kuphuzwa iwayini, nathi: “Masidle, siphuze, ngokuba kusasa sizokufa.”