Isaiah 34:16 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Funani encwadini kaJehova, nifunde; ayiyikusilala nento eyodwa kulokhu, ayikho eyakuswela umngane wayo, ngokuba ngumlomo wakhe okuyalezile, nomoya wakhe okuhlanganisile.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Funani encwadini kaSimakade, nifunde; akukho nokukodwa kwalokhu okungeyukuvela, ayikho engeyukuba namngani. Ngokuba uyalezile ngomlomo wakhe, noMoya wakhe wakuhlanganisa.