Isaiah 36:22 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Base befika u-Eliyakimi indodana kaHilikiya owayephezu kwendlu, noShebina umbhali, noJowa indodana ka-Asafa, umabhalana, kuHezekiya, izingubo zabo ziklebhukile, bamlandisa amazwi kaRabi Shake.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
U-Eliyakimi, indodana kaHilikiya owayengamele indlu, noShebhina umbhali, noJowa, indodana ka-Asafa, umabhalane, baya kuHezekiya sebedabule izingubo zabo, bamlandisa amazwi kaRabi Shake.