Isaiah 36:3 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwase kuphumela kuye u-Eliyakimi indodana kaHilikiya owayephezu kwendlu, noShebina umbhali, noJowa indodana ka-Asafa, umabhalana.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwase kuphuma u-Eliyakimi, indodana kaHilikiya okunguyena owayephethe isigodlo, noShebhina umabhalane, noJowa indodana ka-Asafa, umgcini mlando, baya kuye.