Isaiah 37:11 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Bheka, wena uzwile okwenziwa ngamakhosi ase-Asiriya kuwo onke amazwe ngokuwachitha; pho, wena uyakophulwa na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uzwile ukuthi amakhosi ase-Asiriya enzeni kuwo wonke amazwe ewabhubhisa; pho wena ucabanga ukuthi uyosinda kanjani na?