Isaiah 39:6 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Bheka, izinsuku ziyeza, lapho konke okusendlini yakho nalokho oyihlo abakubekelele khona kuze kube namuhla kuyakuyiswa eBabele; akuyikusala lutho, usho uJehova.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Izinsuku ziyeza, lapho konke okusendlini yakho, nalokho okhokho bakho abakugcinile kuze kube namuhla, kuyakuyiswa eBhabhele; akuyukusala lutho, kusho uSimakade.