Isaiah 5:22 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wo kubona abangamaqhawe ngokuphuza iwayini namadoda anamandla ngokuxubanisa uphuzo olunamandla,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Maye kulabo abangamaqhawe ngokuphuza iwayini, nabanekhono lokuxuba uphuzo oludakisayo;