Isaiah 51:4 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Ngizweni, bantu bami, ningibekele indlebe nina sizwe sami, ngokuba kuyakuphuma kimi umthetho, ngibeke ukwahlulela kwami kube ngukukhanya kwabantu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Ngizweni bantu bami, nibeke indlebe kimi, sizwe sami, ngokuba kuyakuphuma umthetho kimi, nobulungiswa bami bube ngukukhanya ezizweni.