Isaiah 57:8 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wabeka isithombe sakho emva kwezicabha nezinsika, wazambulela omunye kunami, wakhwela embhedeni, wawandisa, wavumelana nabo, wayithanda imibhede yabo, wazibonelela indawo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wabeka isithombe sakho emva kwezicabha nezinsika, wangifulathela, wazembulela omunye kunami, wakhwela embhedeni wakho, wawandisa, wavumelana nabo, wayithanda imibhede yabo, wabuka ubuntu babo.