Isaiah 66:8 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngubani ozwile okunjalo na? Ngubani obonile okunjengalokhu na? Izwe lingazalwa ngosuku olulodwa na? Isizwe singabelethwa kanyekanye na? Ngokuba iSiyoni lithe lisenemihelo, lazala abantwana balo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngubani okuzwile okunjena na? Ngubani okubonile okunjengalokhu na? Izwe lingazalwa ngasuku lunye na? Isizwe singazalwa ngalusuku lunye na? Ngokuba iZiyoni lithe lisahelelwa, lazala abantwana balo.