Jeremiah 10:4 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Bawenza ube muhle ngesiliva nangegolide, bawubethela ngezipikili nangezando ukuba ungazamazami.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abantu bawuhlobise ngesiliva nangegolide, bawuqongqothele ngesando nangezipikili ukuze ungawi.