Jeremiah 20:3 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwathi ngakusasa uPhashuri wamkhipha uJeremiya esitokisini. UJeremiya wayesethi kuye: “UJehova akabizanga igama lakho ngokuthi uPhashuri kepha uMagori Misabibi.*
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngakusasa uPhashuri wamkhipha uJeremiya ejele. UJeremiya wathi kuye: “USimakade akakubizanga ngokuthi unguPhashuri, kodwa unguMagori Misabibi.