Jeremiah 29:16 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba usho kanje uJehova ngenkosi ehlezi esihlalweni sobukhosi sikaDavide nangabo bonke abantu abahlala kulo muzi, abafowenu abangayanga nani ekuthunjweni,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba usho kanje uSimakade enkosini ehlezi esihlalweni sobukhosi sikaDavide, nakubo bonke abantu abahlala kulo muzi, abafowenu abangayanga nani ekuthunjweni,