Jeremiah 34:8 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Izwi elafika kuJeremiya livela kuJehova, lapho inkosi uSedekiya isenzile isivumelwano nabo bonke abantu baseJerusalema ukubamemezela ukukhululeka,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Izwi elafika kuJeremiya livela kuSimakade, ngesikhathi inkosi uZedekiya seyenze isivumelwano nabo bonke abantu baseJerusalema ukuba kwenziwe isimemezelo sokukhululwa.