Jeremiah 35:6 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha bathi: “Asiyikuphuza iwayini, ngokuba uJonadaba, indodana kaRekabi ubaba, wasiyala wathi: ‘Aniyikuphuza iwayini, nina namadodana enu, kuze kube nini,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha, bathi: “Asiliphuzi iwayini, ngokuba uJonadaba, indodana kaRekhabhi, ukhokho wethu, wasiyala, wathi: ‘Ningaliphuzi iwayini, nina namadodana enu, kuze kube phakade.