Jeremiah 37:12 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
uJeremiya waphuma eJerusalema ukuba aye ezweni lakwaBenjamini ukuthola khona isabelo sakhe phakathi kwabantu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
uJeremiya wasuka eJerusalema, waya ezweni lakwaBhenjamini ukuba ayokwamukela khona isabelo sakhe phakathi kwabantu.