Jeremiah 37:16 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Lapho uJeremiya esengene endlini yomgodi ezindlwaneni ezingaphansi, uJeremiya esehlale khona izinsuku eziningi,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJeremiya esefakwe emgodini, endlini eyijele, wahlala lapho isikhathi eside.