Jeremiah 38:1 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UShefathiya indodana kaMathani, noGedaliya indodana kaPhashuri, noJukali indodana kaShelemiya, noPhashuri indodana kaMalikhiya bawezwa amazwi uJeremiya awakhulumayo kubo bonke abantu ukuthi:
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UShefathiya indodana kaMathani, uGedalidaya indodana kaPhashuri, uJukhali indodana kaShemaliya noPhashuri indodana kaMalikhiya bawezwa amazwi uJeremiya ayewakhuluma phambi kwabantu bonke, ethi: