Jeremiah 41:13 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwathi lapho bonke abantu ababe no-Ishmayeli bembona uJohanani indodana kaKhareya nazo zonke izinduna zempi ezazinaye, bathokoza.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwathi ukuba bonke abantu ababeno-Ishmayeli bambone uJohanani, indodana kaKhareya, nabo bonke abakhuzi bempi ababenaye, bathokoza.