Jeremiah 41:15 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha u-Ishmayeli indodana kaNethaniya waphunyuka kuJohanani enamadoda ayisishiyagalombili, waya kubantwana bakwa-Amoni.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha u-Ishmayeli, indodana kaNethaniya, waphunyuka kuJohanani namadoda ayisishiyagalombili, waya kwabakwa-Amoni.