Jeremiah 41:7 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwathi sebengenile phakathi komuzi, u-Ishmayeli indodana kaNethaniya wababulala, wabalahla emgodini, yena namadoda ayenaye.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwathi ukuba angene phakathi emzini, u-Ishmayeli, indodana kaNethaniya, namadoda ayenaye bawabulala lawo madoda, bawaphonsa emgodini.