Jeremiah 52:21 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Izinsika-ke, ukuphakama kwensika eyodwa kwakuyizingalo eziyishumi nesishiyagalombili; umucu oyizingalo eziyishumi nambili wawuyizungeza; uhlonze lwayo lwaluyiminwe emine, yayiyigobongo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Izinsika-ke, ukuphakama kwensika eyodwa kwakungamakhubhithi ali-18; umucu ongamakhubhithi ali-12 wawuyizungeza; uhlonze lwayo lwaluyiminwe emine, yayiyigobongo.