Job 28:4 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Baqhekeza umgodi kude nalapho behlala khona abantu, lapho bekhohlakele khona lunyawo; bayalenga, bajikajika kude nabantu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Bamba umgodi wemayini kude nalapho kuhlala khona abantu, lapho lungakaze lubhadwe muntu khona, behla bejikajika belenga kude nabantu.