Job 32:6 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
U-Elihu, indodana kaBarakeli, umBuzi, wayesethatha-ke, wathi: “Mina ngisemusha ngeminyaka, nina nibadala; ngalokho nganginamahloni, ngesaba ukunitshela umqondo wami.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
U-Elihu, indodana kaBharakheli, umBhuzi wakhuluma, wathi: “Mina ngisemusha ngeminyaka, nina nibadala; yingakho bengikhathazekile, nginamahloni, ngesaba ukunitshela okusemqondweni wami.