John 1:39 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wathi kubo: “Wozani nibone.” Ngakho-ke beza babona lapho ehlala khona; bahlala naye ngalolo suku; kwakungaba yihora leshumi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wabaphendula wathi: “Wozani nibone.” Ngakho-ke bahamba, babona lapho ehlala khona, bahlala naye ngalolo lusuku; cishe kwase kuyihora leshumi.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wathi kubo: Wozani nibone. Beza babona lapho ehlala khona, bahlala naye lolo suku, ngokuba kwakungaba yihora leshumi.