John 11:20 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngakho uMarta esezwe ukuthi uJesu uyeza, waya ukumhlangabeza, kepha uMariya wahlala endlini.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UMartha ezwa ukuthi uJesu uyeza, wamhlangabeza, kodwa uMariya wayehleli endlini.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Khona uMarta esezwile ukuthi uJesu uyeza, wamhlangabeza; kepha uMariya wahlala endlini.