John 18:14 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UKayafase kambe nguye owaluleka abaJuda ngokuthi kubalungele ukuba kufe umuntu abe munye ngenxa yesizwe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Phela uKhayifase nguyena owaluleka abaJuda ngokuthi kungcono ukuba umuntu oyedwa afele abantu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kepha uKayafase nguye owayala abaJuda ukuthi kubalungele ukuba umuntu oyedwa afele abantu.