John 18:21 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ubuzelani kimi na? Buza kulabo abezwile lokho engakukhuluma kubo; bheka, bona bayakwazi engakushoyo.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Pho ubuzelani kimi na? Buza kulabo abezwile lokho engakukhuluma kubo; bona bayakwazi engakushoyo.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ungibuzani na? buza kwabangizwileyo engikushilo kubo; bhekani, bayakwazi engikushilo.