John 18:34 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJesu waphendula wathi: “Uzisholo lokhu wena, noma kusho abanye kuwe ngami na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJesu waphendula, wathi: “Uzisholo lokho wena yini, noma abanye bakutshele kanjalo ngami na?”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
UJesu wamphendula wathi: “Uzisho lokho wena, noma abanye bakutshele ngami na?