John 18:40 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Khona babuye bamemeza bonke, bathi: “Qha lona, kodwa uBaraba.” Kepha uBaraba wayengumphangi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Bamemeza futhi bonke, bathi: “Hhayi lo muntu, kodwa uBharabha.” Nakuba uBharabha wayengumphangi.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Base bephinda bememeza bonke, bathi: “Makungabi lumuntu, kodwa uBarabasi; Manje uBaraba wayengumphangi.