John 19:20 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Khona abaningi babaJuda bafunda leso saziso; ngokuba indawo leyo, lapho uJesu wabethelwa khona esiphambanweni, yayiseduze nomuzi. Kwakulotshiwe ngesiHeberu, nangesiRoma, nangesiGreki.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
AbaJuda abaningi basifunda lesi saziso, ngokuba indawo lapho ayebethelwe khona uJesu yayiseduze nomuzi. Kwakulotshwe ngesiHebheru, ngesiRoma, nangesiGriki.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Leso saziso abaningi kubaJuda basifunda, ngokuba indawo lapho uJesu ayebethelwe khona yayiseduze nomuzi, futhi kulotshiwe ngesiHeberu, nangesiGreki, nangesiLatini.
Recommended Reading