John 20:6 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Khona wafika noSimoni Petru emlandela, wangena ethuneni, wabona izindwangu zelineni zikhona,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wafika noSimoni Phethro owayemlandela, wangena ethuneni, wabona izindwangu zelineni zilapho,
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Khona uSimoni Petru wafika emlandela, wangena ethuneni, wabona izindwangu zelineni zikhona;