John 8:10 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJesu wayeselulama; engaboni muntu ngaphandle kowesifazane wathi kuye: “Sifazane, baphi labo bamangaleli bakho na? Akakho okulahlayo na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJesu waphakama wathi kuye: “Sifazane, baphi labo abakumangaleleyo na? Akekho yini okulahla ngecala na?”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
UJesu wayeseselulama, engaboni muntu ngaphandle kowesifazane, wathi kuye: “Sifazane, baphi labo bamangaleli bakho na? akakho okulahlileyo na?