John 9:15 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Khona nabaFarisi futhi bambuza ukuthi ukuthole kanjani ukubona. Wathi kubo: “Waninda amehlo ami ngodaka, ngageza, sengiyabona.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
AbaFarisi nabo bambuza futhi ukuthi kwenzeke kanjani ukuba abone. Wathi kubo: “Uninde amehlo ami ngodaka, ngageza, ngase ngiyabona.”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Khona futhi nabaFarisi futhi bambuza ukuthi ukuthole kanjani ukubona. Wathi kubo: “Waninda udaka emehlweni ami, ngageza, sengiyabona.