John 9:27 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wabaphendula wathi: “Kade nginitshela, kepha anizwanga; nifunelani ukuzwa futhi na? Niyafuna yini nani ukuba ngabafundi bakhe na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Yaphendula, yathi: “Senginitshelile, kodwa anilalelanga. Nifunelani ukuzwa futhi na? Ngabe nani senifuna ukuba ngabafundi bakhe na?”
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wabaphendula wathi: “Senginitshelile, kepha anezwa; nifunelani ukuzwa futhi na? nithanda ukuba ngabafundi bakhe nani na?