John 9:30 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Waphendula lowo muntu, wathi kubo: “Lokhu kuyisimangaliso ukuthi nina anazi lapho evela khona, ingani uvule amehlo ami.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Indoda yaphendula, yathi kubo: “Lokhu kuyamangalisa ukuthi nina anazi ukuthi uvela kuphi, kepha uvule amehlo ami.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Umuntu waphendula, wathi kubo: Kungani kulokhu kuyisimangaliso, ukuthi nina anazi lapho avela khona, nokho uvule amehlo ami.