Joshua 2:22 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Asuka aya entabeni, ahlala khona izinsuku ezintathu, baze babuya abawaxoshayo; abaxoshayo babewafuna indlela yonke, abaze bawafumana.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ahamba abheka kwelezintaba, ahlala lapho izinsuku ezintathu baze babuya labo ababewaxosha. Ababewaxosha bawafuna kuyo yonke indawo ngasendleleni, kodwa abawafumananga.