Joshua 21:8 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Abantwana bakwa-Israyeli bawanika amaLevi ngenkatho leyo mizi kanye namadlelo ayo, njengalokho uJehova ebeyalile ngesandla sikaMose.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abakwa-Israyeli bababela abaLevi ngonkatho leyo mizi namadlelo ayo; njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.