Joshua 22:10 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
sebefike eziyingeni zamatshe ngaseJordani ezisezweni laseKhanani abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase bakha khona i-altare ngaseJordani, liyi-altare elikhulu ukubonakala kwalo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwathi lapho befika emngceleni eJordani, eKhanani, abozalo lukaRubeni, abolukaGadi, nengxenye yesizwana sakwaManase bakha i-althare elikhulu kakhulu.