Joshua 7:17 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayesesondeza imindeni yakwaJuda; wathatha umndeni wakwaZera, wawusondeza umndeni wakwaZera ngabantu, kwathathwa uZabidi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wasisondeza isizwana sakwaJuda, kwasondezwa umungu ngamunye emndenini wabakwaZera, kwase kuqokwa uZabhidi.