Joshua 7:23 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Zakukhipha phakathi kwetende, zakuyisa kuJoshuwa nakubo bonke abantwana bakwa-Israyeli, bakubeka phansi phambi kukaJehova.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Zakukhipha ethendeni zakuletha kuJoshuwa nabo bonke abantu bakwa-Israyeli, bakwendlala phambi kukaSimakade.