Joshua 8:11 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Bonke abantu bempi ayenabo bakhuphuka, basondela, baya phambi komuzi, bamisa ngasenyakatho kwase-Ayi; kwakukhona isigodi phakathi kwakhe ne-Ayi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wonke amabutho ayenaye akhuphuka, asondela phambi komuzi, ayesekanisa ngasenyakatho e-Ayi, kukhona umfula obehlukanise nomuzi i-Ayi.