Judges 11:12 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJefta wathuma izithunywa enkosini yabantwana bakwa-Amoni, wathi: “Unamsebenzi muni nami ukuba uze kimi ukulwa nezwe lakithi na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJeftha wayesethumela izithunywa enkosini yakwa-Amoni, wathi kuyo: “Yini lena ekhona phakathi kwethu, uze ufike uzolwa nezwe lami, na?”