Judges 11:7 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJefta wathi kumalunga akwaGileyadi: “Aningizondanga yini, nangixosha endlini kababa na? Nizelani kimi manje nisekuhluphekeni na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kodwa uJeftha wathi kumalunga akwaGileyadi: “Anisibo yini labo abangala, bangixosha endlini kababa, na? Pho nilethwa yini kimi uma senisenkathazweni, na?”