Judges 11:8 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Amalunga akwaGileyadi athi kuJefta: “Sibuyele kuwe manje ngalokhu ukuba uhambe nathi, ulwe nabantwana bakwa-Amoni, ube yinhloko phezu kwabo bonke abakhe kwaGileyadi.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Amalunga akwaGileyadi athi kuye: “Noma kunjalo, sesibuyele kuwe manje ukuze uhambe nathi uyokulwa nabakwa-Amoni, ube yinhloko phezu kwethu naphezu kwazo zonke izakhamuzi zakwaGileyadi.”